Bukungelula Neze - E-book - ePub

Nkululeko Sibiya

Note moyenne 
 Nkululeko Sibiya - Bukungelula Neze.
Lencwadi ikhuluma ngamantombazanyana okunguNosipho kanye noNobuhle, bese kubanabafanyana okunguXola kanye noSicelo, bakhule bonke emakhaya befunda nandawonye.... Lire la suite
8,49 € E-book - ePub
Vous pouvez lire cet ebook sur les supports de lecture suivants :
Téléchargement immédiat
Dès validation de votre commande
Offrir maintenant
Ou planifier dans votre panier

Résumé

Lencwadi ikhuluma ngamantombazanyana okunguNosipho kanye noNobuhle, bese kubanabafanyana okunguXola kanye noSicelo, bakhule bonke emakhaya befunda nandawonye. Lendaba igxile kakhulu kuNosipho ovela njengoMmeleli. UNosipho ubehlala emakhaya lapho enze khona amabanga aphansi waze wafinyelela ebangeni lesishiyagalolunye, kube sekuthi ibanga leshumi lona waliqedela esikoleni esiseDolopheni lapho kwakuhlala khona umzali wakhe(umaZondi)Kuthe lapho eqeda isikole wabanesifiso sokuba aqhubekezele izifundo zakhe, kube sekungabi lula neze lokho ngenxa yezimali okwaphoqa kuthi agcine ehlezi ekhaya okwaba yinto eyayinzima kakhulu kuthi ayamukele.
Kodwa wabekezela. UMazondi noNobuhle ibona ababemgqugquzela kuthi angalilahli ithawula, kanti futhi wayegxile kakhulu emthandazweni. Ukubuya kukaXola kwaba isibusiso kakhulu empilweni kaNosipho ngoba kwaba isiqalo zezinto ezinhle. Uxola waba ukuphenduleka kwemithandaza kaNosipho, waze wakholelwa ekuthini uthunyelelwe inkosi. UXola wakuqinisekisa kuthi konke kuyafezeka okufiswa nguNosipho. Ekugcineni konke kwahamba kahle kubona bonke(uNosipho, Nobuhle, Xola kanye noSicelo)uNosipho wagcina esenguye uDokotela ayefisa ukuba nguye, waze washada baqala umndeni wabo omuhle benoXola, bathenga nesithabathaba somuzi  le kwandonga ziyaduma , esaniyo yonke into ongayicabanga ngaphakathi.
Kwaba isiphetho esihle kakhulu kuNosipho. Kwalunga konke engathi akukaze kwabanzima.

Caractéristiques

  • Date de parution
    15/02/2023
  • Editeur
  • ISBN
    8201231224
  • EAN
    9798201231224
  • Format
    ePub
  • Caractéristiques du format ePub
    • Protection num.
      pas de protection

Avis libraires et clients

Avis audio

Écoutez ce qu'en disent nos libraires !

Vous aimerez aussi

Derniers produits consultés

8,49 €